Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 20:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Baya-ke. “Waphuma futhi ngehora lesithupha nangelesishiyagalolunye, wenze njalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Bahamba-ke. “Wabuye waphuma futhi ngehora lesithupha nangelesishiyagalolunye, wenza kanjalo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Wabuya waphuma futhi ngehora lesithupha nelesishiyagalolunye, wenza njalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wabuya waphuma futhi ngehora lesithupha nelesishiyagalolunye, wenza njalo.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 20:5
15 Referans Kwoze  

Ngangomuso besahamba labo, sebesondela emzini, uPetru wenyukela phezu kwendlu ukuyokhuleka ngehora lesithupha.


Wabona ngokusobala embonweni ingelosi kaNkulunkulu ingena kuye kungathi ngehora lesishiyagalolunye lemini, ithi: “Korneliyu!”


UPetru noJohane bakhuphukela ethempelini ngehora lokukhuleka, elesishiyagalolunye.


UJesu waphendula wathi: “Awakho yini amahora ayishumi nambili emini na? Uma umuntu ehamba emini, akakhubeki, ngokuba ubona ukukhanya kwaleli zwe.


Wawukhona lapho umthombo kaJakobe. Ngakho uJesu ekhathele ukuhamba wayesehlala ngasemthonjeni. Kwakungaba yihora lesithupha.


Wathi kubo: “Wozani nibone.” Ngakho-ke beza babona lapho ehlala khona; bahlala naye ngalolo suku; kwakungaba yihora leshumi.


Kepha kusukela ngehora lesithupha kwaba mnyama emhlabeni wonke, kwaze kwaba yihora lesishiyagalolunye.


nakubo wathi: ‘Yanini nani esivinini; ngiyakuninika okufaneleyo.’


Esephuma ngehora leshumi nanye wafumana abanye bemi, wathi kubo: ‘Nimeleni lapha usuku lonke ningenzi lutho na?’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite