Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 2:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 “Vuka uthabathe umntwana nonina, uye ezweni lakwa-Israyeli; ngokuba sebefile ababezingela ukuphila komntwana.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 yathi: “Vuka uthathe umntwana nonina, uye kwa-Israyeli, ngokuba ababezingela impilo yomntwana sebefile.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 ethi: “Vuka, uthabathe umntwana nonina, uye ezweni lakwa-Israyeli, ngokuba bafile ababefuna ukuphila komntwana;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ethi: “Vuka, uthabathe umntwana nonina, uye ezweni lakwa-Israyeli, ngokuba bafile ababefuna ukuphila komntwana;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 2:20
8 Referans Kwoze  

UJehova wathi kuMose kwaMidiyani: “Hamba ubuyele eGibithe, ngokuba sebafa abantu bonke abafuna ukukubulala.”


Sezimukile, bheka, ingelosi yeNkosi yabonakala kuJosefa ngephupho, ithi: “Vuka uthabathe umntwana nonina, ubalekele eGibithe, uhlale khona, ngize ngikutshele; ngokuba uHerode uzakumfuna umntwana ukuba ambhubhise.”


USolomoni wayesefuna ukumbulala uJerobowamu, kepha uJerobowamu wasuka, wabalekela eGibithe kuShishaki inkosi yaseGibithe, wahlala eGibithe waze wafa uSolomoni.


UHadadi esezwile eGibithe ukuthi uDavide ulele koyise nokuthi uJowabe induna yempi ufile, uHadadi wathi kuFaro: “Ngivumele ukuba ngihambe ngiye ezweni lakithi.”


Kepha uHerode esefile, bheka, ingelosi yeNkosi yabonakala ngephupho kuJosefa eGibithe, yathi:


Wasuka-ke, wathabatha umntwana nonina, wafika ezweni lakwa-Israyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite