Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 18:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Inkosi yaleyo nceku inesihe yayikhulula, yayithethelela icala.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Inkosi yaleyo nceku inesihe, yayikhulula, yayithethelela icala.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

27 Inkosi yaleyonceku yayisihawukela, yayikhulula, yayithethelela icala.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Inkosi yaleyonceku yayisihawukela, yayikhulula, yayithethelela icala.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 18:27
11 Referans Kwoze  

UJehova unesihe nobumnene; uyephuza ukuthukuthela, mkhulu ngomusa.


“Ngingakunikela kanjani, Efrayimi, ngikukhaphele, Israyeli, na? Ngingakwenza kanjani ube njenge-Adima, ngikubeke ufane neSeboyimi, na? Inhliziyo iyaphenduka phakathi kwami, sonke isihawu sami sivusiwe.


Kepha wena Nkosi unguNkulunkulu ohawukelayo, onomusa nokubekezela, uvame ubumnene nokuthembeka.


benqaba ukulalela, abakhumbulanga izimangaliso zakho owazenza phakathi kwabo, kepha benza lukhuni izintamo zabo, nangokuhlubuka kwabo bamisa induna ukuba babuyele ebugqileni babo; kodwa wena unguNkulunkulu othethelelayo, onomusa nesihe; wephuza ukuthukuthela, ugcwele isihawu; kawubashiyanga.


Ngokuba wena, Nkosi, umuhle, ungothethelelayo, unomusa omkhulu kubo bonke abakhala kuwe.


Base besusa onkulunkulu babezizwe phakathi kwabo, bamkhonza uJehova; umphefumulo wakhe wakhathazeka ngokuhlupheka kwabakwa-Israyeli.


Kepha yena enesihawu wathethelela ububi babo, akabhubhisanga; yebo, wabamba kaningi intukuthelo yakhe, akavusanga lonke ulaka lwakhe.


“Kepha kwathi isiphuma leyo nceku, yafumana enye yezinceku ezikanye nayo enecala kuyo lawodenariyu* abayikhulu, yayibamba, yayiklinya, yathi: ‘Khokha icala lakho.’


Khona inkosi yayo yayibiza, yathi kuyo: ‘Nceku embi, lonke lelo cala ngikuthethelele lona ngokuba wangincenga;


Bengenanto yokukhokha, wabayekela bobabili. Ngumuphi kubo konje oyakumthanda kakhulu na?”


USimoni waphendula wathi: “Ngithi yilowo amyekela okukhulu.” Wathi kuye: “Unqume kahle.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite