Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 17:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Waphendula wathi: “Nempela u-Eliya uyeza, uyakubuyisela konke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Wabaphendula wathi kubo: “Impela uyeza u-Eliya, uyakubuyisela konke esimeni sakho,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 UJesu waphendula, wathi kubo: “Nempela u-Eliya uzakufika kuqala, abuyisele zonke izinto.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 UJesu waphendula, wathi kubo: “Nempela u-Eliya uzakufika kuqala, abuyisele zonke izinto.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 17:11
7 Referans Kwoze  

okumelwe ukuba izulu limamukele, kuze kube yizikhathi zokubuyiselwa kwakho konke uNkulunkulu akhuluma ngakho ngomlomo wabaprofethi bakhe abangcwele, kusukela kwaphakade.


Uyakuphendulela izinhliziyo zawoyise kubantwana nezinhliziyo zabantwana koyise, funa ngifike, ngishaye izwe ngesiqalekiso.”


Bambuza abafundi, bathi: “Pho, basholoni ababhali ukuthi u-Eliya umelwe ukufika kuqala na?”


Kepha ngithi kini: U-Eliya sewafika; abamazanga nokho, kodwa benza kuye abakuthandayo. Kanjalo neNdodana yomuntu iyakuhlushwa yibo.”


Khona labo ababebuthene bambuza bathi: “Nkosi, usawubuyisela umbuso ku-Israyeli ngalesi sikhathi na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite