Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 15:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Anikaqondi yini ukuthi konke okungena emlonyeni kuya esiswini, kuze kulahlelwe ngaphandle na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Aniqondi yini ukuthi konke okungena emlonyeni kuya esiswini, kuze kulahlelwe ngaphandle na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Anikaqondi yini ukuthi konke okungena emlonyeni kuya esiswini, futhi kulahlelwa ogwini na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Anikaqondi yini ukuthi konke okungena emlonyeni kuya esiswini, futhi kulahlelwa ogwini na?

Gade chapit la Kopi




Mathewu 15:17
9 Referans Kwoze  

Umuntu omuhle uveza okuhle emfuyweni enhle yenhliziyo, nomubi uveza okubi emfuyweni embi; ngokuba umlomo wakhe ukhuluma ngokuchichima kwenhliziyo.


Ukudla kungokwesisu, nesisu singesokudla; kepha uNkulunkulu uyakuqeda kokubili. Kepha umzimba asiwo owobufebe, ungoweNkosi, neNkosi ingeyomzimba;


nolimi lungumlilo, ulimi lumi luyizwe lokungalungi phakathi kwezitho zethu, lungcolisa umzimba wonke, luthungela ukuphila konke, luthungelwa yisihogo.


Babhidliza insika kaBali, badiliza indlu kaBali, bazenza izindlu zendle kuze kube namuhla.


Wayesethi: “Kanti nani nisengabangaqondiyo na?


Kepha okuphuma emlonyeni kuvela enhliziyweni; lokho-ke kuyamngcolisa umuntu.


Ngokuba akungeni enhliziyweni yakhe, kodwa kungena esiswini, kuphumele ngaphandle, kuhlambulula ukudla konke.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite