Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 14:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Kuthe efuna ukumbulala, wesaba abantu, ngokuba bathi ungumprofethi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Kwathi nakuba ayefuna ukumbulala, kodwa wesaba abantu ngokuba babethi ungumphrofethi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Kwathi esefuna ukumbulala, wesaba isixuku, ngokuba babethi ungumprofethi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kwathi esefuna ukumbulala, wesaba isixuku, ngokuba babethi ungumprofethi.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 14:5
10 Referans Kwoze  

Kepha uma sithi: ‘Kubantu,’ siyasesaba isixuku; ngokuba bonke bathi uJohane ungumprofethi.”


Kodwa naphumelani na? Ukubona umprofethi na? Yebo, ngithi kini: Odlula umprofethi.


Khona yaphuma induna kanye nezikhonzi, zabaletha, kungengampoqo, ngokuba bebesaba abantu, funa bakhandwe ngamatshe.


Khona sebebalayile futhi babayeka, bengafumananga ukuthi bangabajezisa kanjani ngenxa yabantu, ngokuba bonke bedumisa uNkulunkulu ngalokho okwenzekileyo;


Kepha uma sithi: ‘Kubantu,’ abantu bonke bazakusikhanda ngamatshe, ngokuba bakholiwe ukuthi uJohane ungumprofethi.”


Ngokuba uJohane weza kini ngendlela yokulunga, anikholwanga nguye; kepha abathelisi nezifebe bakholwa nguye; kodwa nina, khona nikubona, aniguqukanga nakamuva, nize nikholwe nguye.”


Inkosi uJehoyakimi, nawo onke amaqhawe ayo, nazo zonke izikhulu bezwa amazwi akhe; inkosi yafuna ukumbulala; kepha u-Uriya wakuzwa, wesaba, wabaleka, waya eGibithe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite