Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 14:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Waphuma, wabona isixuku esikhulu; waba nesihe ngaso, waphulukisa abagulayo babo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Waphuma esikebheni, wabona isixuku esikhulu; waba nesihe ngaso, waphulukisa abagulayo babo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 UJesu esephuma, wabona isixuku esikhulu, waba nesihe ngaso, waphulukisa abagulayo babo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 UJesu esephuma, wabona isixuku esikhulu, waba nesihe ngaso, waphulukisa abagulayo babo.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 14:14
13 Referans Kwoze  

Ngokuba asinaye umPristi omkhulu ongenakuzwelana nobuthakathaka bethu, kepha olingiwe kukho konke njengathi, engenasono.


Kepha ebona izixuku wabanesihe ngazo, ngokuba zazikhathazekile, zihlakazekile njengezimvu ezingenamalusi.


Ngakho-ke kwamfanela ukuba abe njengabafowabo kukho konke, ukuze abe ngumpristi omkhulu ohawukelayo nothembekayo kokukaNkulunkulu, kube yinhlawulo yezono zabantu.


angabekezelela abangazi lutho nabadukayo, lokhu naye uzungeziwe ngubuthakathaka;


Kwathi esondela, ewubona umuzi, wawukhalela.


Yathi iNkosi isimbona, yamhawukela, yathi kuye: “Ungakhali.”


Uyiphonsile kaningi emlilweni nasemanzini ukuba ayibhubhise; kodwa uma unamandla okwenza utho, sihawukele, usisize.”


Wathi ephuma, wabona isixuku esikhulu, waba nesihe ngabantu, ngokuba babe njengezimvu ezingenamalusi; waqala ukubafundisa okuningi.


UJesu walihamba lonke elaseGalile efundisa emasinagogeni* abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephulukisa abantu ezifweni zonke nasebuthakathakeni bonke.


Selishonile, abafundi bakhe beza kuye, bathi: “Le ndawo iyihlane, isikhathi sesihambile; mukisa izixuku ukuba ziye emizaneni, zizithengele ukudla.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite