Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 14:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 yathuma yamnquma uJohane ikhanda etilongweni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Yathumela, yamnquma uJohane ikhanda ejele.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Wasethuma wamquma uJohane ikhanda entolongweni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wasethuma wamquma uJohane ikhanda entolongweni.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 14:10
12 Referans Kwoze  

Kepha ngithi kini: U-Eliya sewafika; abamazanga nokho, kodwa benza kuye abakuthandayo. Kanjalo neNdodana yomuntu iyakuhlushwa yibo.”


Kuyakuthi sebebuqedile ubufakazi babo, isilo esiphuma kwalasha siyakulwa nabo, sibanqobe, sibabulale.


Kepha uHerode wathi: “UJohane ngamnquma ikhanda mina; kodwa ngubani lo engizwa ngaye okunje?” Wafuna ukumbona.


Kodwa ngithi kini: U-Eliya sewafika, benza kuye abakuthandayo, njengalokho kulotshiwe ngaye.”


“Ngibashayele ize abantwana benu, abakwamukelanga ukulaywa; inkemba yenu ibadlile abaprofethi benu njengengonyama echithayo.


kepha baziklolodela izithunywa zikaNkulunkulu, bawadelela amazwi akhe, babaphatha kabi abaprofethi bakhe, yaze yavuka intukuthelo kaJehova ngabantu bakhe, kwaze kwangabakho ukwelashwa.


Inkosi yadabuka, kepha ngenxa yezifungo zayo nangenxa yababehlezi nayo ekudleni yayaleza ukuba inikwe,


Ikhanda lakhe lalethwa ngoqwembe, lanikwa intombazana; yaliyisa kunina.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite