Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 13:37 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Wayesephendula, ethi kubo: “Ohlwanyela imbewu enhle yiNdodana yomuntu;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

37 Wayesebaphendula, ethi: “Ohlwanyela imbewu enhle yiNdodana yomuntu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

37 Wasephendula wathi kubo: Ohlanyela inhlanyelo enhle yiNdodana yomuntu;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

37 Wasephendula wathi kubo: Ohlanyela inhlanyelo enhle yiNdodana yomuntu;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 13:37
16 Referans Kwoze  

kodwa nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ngofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya kuze kube sekugcineni komhlaba.”


“Onizwayo nina uyangizwa mina; onalayo nina uyangala mina; ongalayo mina uyamala ongithumileyo.”


INdodana yomuntu iyakuthuma izingelosi zayo, zibuthe, zikhiphe embusweni wayo konke okukhubekisayo nabenza okubi,


ngokuba angiyikuba nasibindi sokukhuluma lutho ngaphandle kwezinto uKristu azisebenza ngami, kube ngukulalela kwabezizwe, ngezwi nangesenzo,


Khona uJesu wabuye wathi kubo: “Ukuthula makube kinina. Njengokuba uBaba engithume mina, nami ngiyanithuma nina.”


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Owamukela engimthumayo wamukela mina; ongamukelayo mina wamukela ongithumileyo.”


“Kwase kufika izisebenzi zomnumzane, zathi kuye: ‘Nkosi, awuhlwanyelanga imbewu enhle ensimini yakho na? Pho, ilutholephi ukhula na?’


Omunye umfanekiso wawubeka kubo, wathi: “Umbuso wezulu ufaniswa nomuntu owahlwanyela imbewu enhle ensimini yakhe;


“Onamukela nina uyangamukela mina; ongamukela mina uyamamukela ongithumileyo.


UJesu wayesethi kuye: “Izimpungushe zinemigodi, nezinyoni zezulu zinezidleke, kepha iNdodana yomuntu kayinandawo, lapho ingacamelisa khona ikhanda.”


thina siyakuphunyuka kanjani, uma sidebesela ukusindiswa okungaka na? – okwakhulunywa kuqala ngeNkosi, kwaqiniswa kithina yilabo abamuzwayo,


UNkulunkulu esekhulumile endulo kokhokho ngabaprofethi ngamathuba amaningi nangezindlela eziningi,


Ekuhlwanyeleni kwakhe enye imbewu yawela ngasendleleni; kwafika izinyoni, zayidla zayiqeda.


Amabele esinkwa ayacolwa na? Cha, ngokuba awabhulwa nokubhulwa njalo; nakuba eqhuba isondo lengqukumbane namahhashi alo phezu kwawo, awacolisiswa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite