Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 11:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 UJesu waphendula, wathi kubo: “Hambani nimlandise uJohane lokhu enikuzwayo nenikubonayo ukuthi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 UJesu waphendula wathi kubo: “Hambani nimlandise uJohane ngalokho enikuzwileyo nenikubonileyo:

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 UJesu waphendula, wathi kubo: Hambani nimtshele uJohane lokho enikuzwayo nenikubonayo;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 UJesu waphendula, wathi kubo: Hambani nimtshele uJohane lokho enikuzwayo nenikubonayo;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 11:4
7 Referans Kwoze  

wathi kuye: “Wena unguye ozayo, noma sobheka omunye na?”


Izimpumputhe ziyabona, izinyonga ziyahamba, abanochoko bayahlanjululwa, izithulu ziyezwa, abafileyo bayavuswa, abampofu bayashunyayezwa ivangeli;


“Kepha nginabo ubufakazi obukhulu kunobukaJohane, ngokuba imisebenzi uBaba anginike yona ukuba ngiyifeze, yona le misebenzi engiyenzayo, iyangifakazela ukuthi uBaba ungithumile.


Wayeselula isandla, wamphatha, wathi: “Ngiyathanda; hlambuluka.” Wayesehlambuluka masinyane ochokweni lwakhe.


Kwase kusondela kuye izixuku eziningi zinezinyonga, nezimpumputhe, nezimungulu, nezilima, nabanye abaningi, zababeka ngasezinyaweni zakhe; wabaphulukisa,


Kwase kufika kuye izimpumputhe nezinyonga ethempelini, waziphulukisa.


Kholwani yimi ukuthi ngikuBaba, noBaba ukimi; uma kungenjalo, kholwani ngenxa yale misebenzi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite