Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 11:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Kepha ngithi kini: Kuyakuba ngcono kulo izwe laseSodoma ngosuku lokwahlulelwa kunakuwe.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Kepha ngithi kini: kuyakuba ngcono ezweni laseSodoma ngosuku lokwahlulela kunakuwe.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Kepha ngithi kini: Kuyakuba ngcono kuzwe laseSodoma ngosuku lokwahlulelwa kunawe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Kepha ngithi kini: Kuyakuba ngcono kuzwe laseSodoma ngosuku lokwahlulelwa kunawe.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 11:24
8 Referans Kwoze  

Ngiqinisile ngithi kini: Kuyakuba ngcono ezweni laseSodoma nakwelaseGomora ngosuku lokwahlulelwa kunakulowo muzi.


Kepha ngithi kini: Kuyakuba ngcono kulo iTire neSidoni ngosuku lokwahlulelwa kunakini.


Nayiphi indawo engayikunamukela, nalapho bengayikunizwa khona, anothi nimuka kuyo, nivuthulule uthuli oluphansi kwezinyawo zenu, kube ngubufakazi kubo.”


Ukona kwendodakazi yabantu bami kukhulu kunesono saseSodoma elachithwa ngokuphazima kweso, kungasondelanga zandla kulo.


Ngithi kini: Kuyakuba ngcono kwabaseSodoma ngalolo suku kunakulowo muzi.


Nakubaprofethi baseJerusalema ngibonile okwesabekayo: bayaphinga, bahamba ngamanga, baqinisa izandla zababi, ukuze kungabuyi muntu ebubini bakhe; bonke banjengeSodoma kimi, nabakhileyo kulo banjengeGomora.”


Kuphila kwami, isho iNkosi uJehova, iSodoma udadewenu alenzanga lona namadodakazi alo njengalokho wenzile wena namadodakazi akho.


Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi, ngokuba nidla izindlu zabafelokazi, nangokuzenzisa nenza imikhuleko emide! Ngalokho-ke niyakwamukeliswa ukulahlwa okukhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite