Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 11:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “Kepha lesi sizukulwane ngiyakusifanisa nani na? Sifana nabantwana abahlezi ezigcawini bememeza abanye bethi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 “Kepha ngizakusifanisa nani lesi sizukulwane na? Sifana nezingane ezihleli esigcawini zimemeza ezinye zithi:

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Kepha lesi sizukulwane ngiyakusifanisa nani na? Kufana nabantwana abahlezi ezigcawini, bebiza omakhelwane babo;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Kepha lesi sizukulwane ngiyakusifanisa nani na? Kufana nabantwana abahlezi ezigcawini, bebiza omakhelwane babo;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 11:16
12 Referans Kwoze  

Wayesethi: “Umbuso kaNkulunkulu ufana nani na? Ngiyakuwufanisa nani na?


Wathi futhi: “Siyakuwufanisa nani umbuso kaNkulunkulu? Siyakuwuchaza ngamfanekiso muni na?


Ngiqinisile ngithi kini: Konke lokhu kuyakufika phezu kwalesi sizukulwane.


Nzalo yezinyoka, ningakhuluma kanjani okuhle nibabi na? Ngokuba umlomo ukhuluma ngokuchichima kwenhliziyo.


Ngingafakaza ngokuthini ngawe, ngikufanise nani, ndodakazi yaseSiyoni, na? Ngingakulinganisa nani ukuba ngikududuze, ntombi eyindodakazi yaseSiyoni na? Ngokuba ukuchitheka kwakho kukhulu njengolwandle. Ngubani ongakuphulukisa na?


Ngiqinisile ngithi kini: Lesi sizukulwane asiyikudlula kungakenzeki konke lokhu.


Onezindlebe makezwe.


‘Sinibethele imitshingo, anisinanga; salilisela, anikhalanga.’


nokubingelelwa ezigcawini, nokubizwa ngabantu ngokuthi ‘Rabi’.


Ekufundiseni kwakhe wathi: “Xwayani ababhali abathanda ukuhamba bembethe izingubo ezinde, nokubingelelwa ezigcawini,


“Maye kinina baFarisi, ngokuba nithanda izihlalo eziphambili emasinagogeni* nokubingelelwa ezigcawini zokuthengelana!


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite