Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 11:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Uma nivuma ukukwamukela, lo ungu-Eliya obezakufika.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Uma nivuma ukukwamukela lokho, lo ungu-Eliya obezakufika.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Uma nivuma ukukwamukela, lo unguEliya obezakuza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Uma nivuma ukukwamukela, lo unguEliya obezakuza.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 11:14
12 Referans Kwoze  

“Bhekani, ngiyakuthuma kini u-Eliya umprofethi, lungakafiki usuku lukaJehova olukhulu nolwesabekayo.


Uyakuhamba ngaphambi kwayo emoyeni nasemandleni ka-Eliya ukuphendulela izinhliziyo zawoyise kubantwana nabangalaleliyo ekuqondeni kwabalungileyo, ukulungisela iNkosi isizwe esilungiselweyo.”


Nganiphuzisa ubisi, anganipha ukudla okuqinileyo, ngokuba beningakaqini. Yebo, nakalokhu anikaqini,


“Ngise nokuningi okokunitshela, kodwa ningekuthwale manje.


Bona-ke, noma bezwa noma benganaki, ngokuba bayindlu ehlubukayo, bayakwazi nokho ukuthi kade ekhona umprofethi phakathi kwabo.


Ngase ngibona izihlalo zobukhosi; bahlala kuzo, banikwa ukwahlulela; ngabona nemiphefumulo yababenqunywe amakhanda ngenxa yokufakaza ngoJesu nangenxa yezwi likaNkulunkulu, nalabo abangakhulekanga kuso isilo nomfanekiso waso, nabangamukelanga uphawu lwesilo ebunzini labo nasesandleni sabo; baphila, babusa kanye noKristu iminyaka eyinkulungwane.


“Bhekani, ngiyathuma isithunywa sami; siyakulungisa indlela phambi kwami. INkosi eniyifunayo iyakufika ngokuzumayo ethempelini layo; nesithunywa sesivumelwano enithokoza ngaso, bheka, siyeza,” usho uJehova Sebawoti.


Ngokuba abaprofethi bonke nomthetho baprofetha, kwaze kwafika uJohane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite