Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 10:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Phulukisani abagulayo, nivuse abafileyo, nihlambulule abanochoko, nikhiphe amademoni. Namukelisiwe ngesihle, yiphani ngesihle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Phulukisani abagulayo, nivuse abafileyo, nihlambulule abanochoko, nikhiphe amadimoni. Namukelisiwe ngesihle, yiphani ngesihle.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Phulisani abagulayo, nihlambulule abanochoko, nivuse abafileyo, nikhiphe amademoni;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Phulisani abagulayo, nihlambulule abanochoko, nivuse abafileyo, nikhiphe amademoni;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 10:8
15 Referans Kwoze  

Kodwa uPetru wathi: “Isiliva negolide anginalo; kepha lokho enginakho ngikupha khona: egameni likaJesu Kristu waseNazaretha, hamba.”


ngokwelula isandla sakho ukuphulukisa, kwenziwe izibonakaliso nezimangaliso ngegama leNceku yakho engcwele uJesu.”


niphulukise abagulayo abakuwo, nithi kubo: ‘Umbuso kaNkulunkulu usondele kini.’


Wayesebabiza abafundi bakhe abayishumi nambili, wabanika amandla phezu kwawomoya abangcolileyo ukuba babakhiphe, nawokuphulukisa izifo zonke nokugula konke.


baphathe izinyoka; uma bephuza okubulalayo, akusoze kwaba nangozi; bayakubeka izandla phezu kwabagulayo, basinde.”


Wena namadodana akho kanye nawe niyakugcina ubupristi kukho konke okwe-altare, nakukho konke okuphakathi kwesihenqo; niyakukhonza; ngiyaninika ubupristi njengenkonzo yesipho; umfokazi osondelayo wobulawa.”


“We nina nonke enomileyo, wozani emanzini; nani eningenamali wozani nithenge, nidle; wozani nithenge ngaphandle kwemali, yebo, iwayini nobisi, kungabizwa lutho.


Ekuhambeni kwenu shumayelani nithi: ‘Umbuso wezulu ususondele.’


Ningaphathi golide, nasiliva, nathusi emixhakeni yenu,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite