Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 10:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Kodwa kini zibaliwe nezinwele zonke zekhanda lenu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Kepha nani, zibaliwe zonke izinwele zekhanda lenu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 Kodwa nezinwele zekhanda lenu zibaliwe zonke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Kodwa nezinwele zekhanda lenu zibaliwe zonke.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 10:30
6 Referans Kwoze  

Kodwa nezinwele zekhanda lenu zibaliwe zonke. Maningesabi; nidlula imizwilili eminingi.


Abantu bathi kuSawule: “Uyakufa yini uJonathani okwenzile lokho kusindisa okukhulu kwa-Israyeli na? Makube kude; kuphila kukaJehova, akuyikuwela phansi nolulodwa unwele lwekhanda lakhe, ngokuba usebenzile noNkulunkulu namuhla.” Abantu bamhlenga ukuba angafi.


Ngalokho ngiyanincenga ukuba nidle, ngokuba lokhu kungokokusinda kwenu; akuyikulahleka unwele lwekhanda nakoyedwa phakathi kwenu.”


Akuyikulahleka nalunwele lwekhanda lenu.


Wayesethi yena: “Inkosi ake ikhumbule uJehova uNkulunkulu wayo ukuba umphindiseli wegazi angaqhubeki ukuchitha nokuba bangayibulali indodana yami.” Yathi: “Kuphila kukaJehova, akuyikuwela phansi nolulodwa unwele lwendodana yakho.”


Wathi uSolomoni: “Uma eyakuba yindoda enamandla, akuyikuwela emhlabathini nolulodwa unwele lwakhe, kepha uma okubi kufumaniseka kuye, uyakufa.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite