Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 10:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Uma indlu ifanele, ukuthula kwenu makuze phezu kwayo; kodwa uma ingafanele, ukuthula kwenu makubuyele kini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Uma lelo khaya lifanele, ukuthula kwenu makube phezu kwalo, kodwa uma lingafanele, ukuthula kwenu makubuyele kini.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Uma indlu ifanele, ukuthula kwenu makube phezu kwayo; kepha uma ingafanele, ukuthula kwenu makubuyele kini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Uma indlu ifanele, ukuthula kwenu makube phezu kwayo; kepha uma ingafanele, ukuthula kwenu makubuyele kini.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 10:13
5 Referans Kwoze  

Kuyakuthi uma kukhona lapho indodana yokuthula, ukuthula kwenu kohlala phezu kwayo; kepha uma kungenjalo, kuzakubuyela kini.


kulaba siyiphunga lokufa kube ngukufa, kodwa kulabo siyiphunga lokuphila kube ngukuphila. Ngubani ongangalokho na?


Kanti ekuguleni kwabo mina ngangembethe ezokuzila; umphefumulo wami ngawuhlupha ngokuzila ukudla; umkhuleko wami wabuyela esifubeni sami.


Ekungeneni kwenu endlini niyibingelele.


Yilowo nalowo ongayikunamukela engawezwa amazwi enu, anothi niphuma kuleyo ndlu noma kulowo muzi, nivuthulule uthuli ezinyaweni zenu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite