Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 10:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ekungeneni kwenu endlini niyibingelele.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Kuyothi lapho ningena kulelo khaya, nibingelele.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Nxa ningena endlini, niyibingelele.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Nxa ningena endlini, niyibingelele.

Gade chapit la Kopi




Mathewu 10:12
10 Referans Kwoze  

nithi kumfowethu: ‘Ukuthula makube kuwe, ukuthula nakube kuyo indlu yakho, ukuthula makube kukho konke onakho.


Ngakho singamanxusa kaKristu ngokungathi uNkulunkulu unxusa ngathi; siyanincenga esikhundleni sikaKristu, sithi: “Buyisanani noNkulunkulu.”


Walithumela izwi kubantwana bakwa-Israyeli, eshumayela ivangeli lokuthula ngaye uJesu Kristu; yena uyiNkosi yabo bonke.


kepha ngiyethemba ukukubona masinyane, sikhulume umlomo nomlomo.


Makube khona ukuthula phakathi kwezingange zakho, nenhlanhla ezindlini zakho zobukhosi.”


Ngenxa yabafowethu nabangane bethu ngizakuthi manje: “Makube khona ukuthula kuwe.”


Bona-ke, noma bezwa noma benganaki, ngokuba bayindlu ehlubukayo, bayakwazi nokho ukuthi kade ekhona umprofethi phakathi kwabo.


“Nakumuphi umuzi noma umuzana eniyakungena kuwo, cingani ofaneleyo kuwo, nihlale khona, nize nimuke.


Uma indlu ifanele, ukuthula kwenu makuze phezu kwayo; kodwa uma ingafanele, ukuthula kwenu makubuyele kini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite