Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Mathewu 1:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 uSalimoni wazala uBowasi kuRahabi, uBowasi wazala u-Obede kuRuthe, u-Obede wazala uJesayi;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 uSalimoni wazala uBhowazi kuRakhabi, uBhowazi wazala u-Obhede kuRuthe, u-Obhede wazala uJesayi;

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 uSalimoni wazala uBhowazi ngoRahabi; uBhowazi wazala u-Obede kuRuthe; u-Obede wazala uJese;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 uSalimoni wazala uBhowazi ngoRahabi; uBhowazi wazala u-Obede kuRuthe; u-Obede wazala uJese;

Gade chapit la Kopi




Mathewu 1:5
13 Referans Kwoze  

Ngokukholwa, uRahabi isifebe, akabhubhanga kanye nabangalalelanga, esezamukele izinhloli ngokuthula.


Kanjalo-ke noRahabi isifebe wayengalungisiswa ngemisebenzi yini, ezamukele izithunywa eziphumisa ngenye indlela na?


Wabuya-ke uNawomi kanye noRuthe wakwaMowabi umalokazana wakhe owabuya ezweni lakwaMowabi, bafika eBetlehema ekuqaleni kokuvunwa kwebhali.*


Azithathela abafazi kwabesifazane bakwaMowabi; igama lomunye lalingu-Orpa, igama lomunye lalinguRuthe; bahlala khona kwangathi iminyaka eyishumi.


uSalimoni wazala uBowazi; uBowazi wazala u-Obede;


kaJesayi ka-Obede kaBowasi kaSala kaNasoni


u-Aramu wazala u-Aminadaba, u-Aminadaba wazala uNasoni, uNasoni wazala uSalimoni;


uJesayi wazala uDavide, inkosi. UDavide wazala uSolomoni kumka-Uriya;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite