Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseKolose 4:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Nxa le ncwadi isifundiwe kini, bhekani ukuba ifundwe nasebandleni labaseLawodikeya; nani niyifunde leyo evela eLawodikeya.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Kuyakuthi uma le ncwadi seniyifundelwe, bese niqinisekisa ukuthi iyafundwa nasebandleni laseLawodikheya, nani niyifunde leyo ncwadi evela eLawodikheya.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Nxa le ncwadi isifundiwe kini, qinisekani ukuba ifundwe nasebandleni laseLawodikeya; nokuthi nani nifunde incwadi evela eLawodikeya.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Nxa le ncwadi isifundiwe kini, qinisekani ukuba ifundwe nasebandleni laseLawodikeya; nokuthi nani nifunde incwadi evela eLawodikeya.

Gade chapit la Kopi




KwabaseKolose 4:16
6 Referans Kwoze  

Ngiyanifungisa iNkosi ukuba le ncwadi ifundwe kubo bonke abazalwane.


Uma ekhona ongalaleli izwi lethu kule ncwadi, mphawuleni lowo, ningahlanganyeli naye, ukuze abe namahloni;


Ngokuba ngiyathanda ukuba nazi ukuthi kukhulu kangakanani ukulwa enginakho ngenxa yenu nabaseLawodikeya nabo bonke abangabonanga ubuso bami ngamehlo,


Ngokuba ngingufakazi wakhe wokuthi uyanisebenzela kakhulu nina, nabaseLawodikeya, nabaseHiyerapholi.


Khonzani kubazalwane abaseLawodikeya, nakuNimfa, nasebandleni lakwakhe.


UJeremiya wathi kuSeraya: “Ekufikeni kwakho eBabele bhekisisa ukuba ufunde onke lawa mazwi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite