Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseKolose 3:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 okuza ngakho ulaka lukaNkulunkulu,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 okuza ngakho ulaka lukaNkulunkulu kubantu bokungalaleli;

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Ngenxa yalezozinto ulaka lukaNkulunkulu lwehlela phezu kwabantwana bokungalaleli;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngenxa yalezozinto ulaka lukaNkulunkulu lwehlela phezu kwabantwana bokungalaleli;

Gade chapit la Kopi




KwabaseKolose 3:6
8 Referans Kwoze  

Masingakhohliswa muntu ngamazwi ayize, ngokuba ngenxa yalezo zinto ulaka lukaNkulunkulu lwehlela phezu kwabantwana bokungalaleli.


Ngokuba intukuthelo kaNkulunkulu yambulwa ivela ezulwini phezu kwakho konke ukungamesabi uNkulunkulu nokungalungi kwabantu abathiya iqiniso ngokungalungi,


Njengabantwana abalalelayo ningalingisi izinkanuko zakuqala ekungazini kwenu,


Ngaphandle kukhona izinja, nabathakathi, nezifebe, nababulali, nabakhonza izithombe, nabo bonke abathanda nabenza amanga.


benamehlo agcwele ukuphinga nangayeki izono, bayenga imiphefumulo engaqinile, benenhliziyo ejwayele ukufisa, abantwana bokuqalekiswa,


Nidlala nobani, nikhamisela bani umlomo, ninyalizela bani, na? Anisibo abantwana beziphambeko, inzalo yamanga yini,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite