Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseKolose 2:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 okuphela konke ngokudliwa ngokweziyalezo nezifundiso zabantu

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Konke lokho kuyizinto eziphelayo uma sezisetshenzisiwe ngokwemiyalo nezimfundiso zabantu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 zonke eziyakubhubha ngokusetshenziswa,) ngokwemiyalo nezifundiso zabantu?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 zonke eziyakubhubha ngokusetshenziswa,) ngokwemiyalo nezifundiso zabantu?

Gade chapit la Kopi




KwabaseKolose 2:22
12 Referans Kwoze  

Yathi iNkosi: “Ngenxa yokuba laba bantu besondela, bangidumise ngemilomo yabo nangezindebe zabo, kodwa bazidedisele kude nami izinhliziyo zabo, nokungesaba kwabo kungumyalo wabantu abawufundisiweyo nje,


benganaki izinganekwane zabaJuda nemiyalo yabantu abafulathela iqiniso.


Ukudla kungokwesisu, nesisu singesokudla; kepha uNkulunkulu uyakuqeda kokubili. Kepha umzimba asiwo owobufebe, ungoweNkosi, neNkosi ingeyomzimba;


Ningasebenzeli ukudla okuphelayo kepha ukudla okuhlala kuze kube ngukuphila okuphakade, eyakunipha khona iNdodana yomuntu, ngokuba uYise uNkulunkulu ubekile uphawu kuyona.”


Ayiyikunakekela onkulunkulu bawoyise nofiswa yisifazane, inganaki nonkulunkulu oyedwa, ngokuba iyakuzikhulisa phezu kwabo bonke.


Ngalolo suku izithulu ziyakuzwa amazwi encwadi, namehlo ezimpumputhe ayakubona, engasenakufiphala ngesigayegaye nabumnyama.


Owesifazane owambonayo ungumuzi omkhulu onombuso phezu kwamakhosi omhlaba.”


“Ungaphathi, ungezwa ngolimi, ungathinti,”


Kepha laba behlambalaza, benjengezidalwa ezingenangqondo, ngemvelo zizalelwe ukubanjwa nokubhujiswa, nabo bazakubhujiswa ekubhujisweni kwazo, behlambalaza abangakwaziyo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite