Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseKolose 1:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 okunguyena futhi wasitshela ngothando lwenu ngoMoya.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 okunguyena futhi owasitshela ngothando lwenu ngoMoya.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 owasibikela futhi ngothando lwenu ngoMoya.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 owasibikela futhi ngothando lwenu ngoMoya.

Gade chapit la Kopi




KwabaseKolose 1:8
7 Referans Kwoze  

Ngiyanincenga, bazalwane, ngenxa yeNkosi yethu uJesu Kristu nangenxa yothando lukaMoya ukuba nilwe kanye nami ekungikhulekeleni kuNkulunkulu,


Ngokuba uNkulunkulu akasiphanga umoya wobugwala, kepha owamandla, nowothando, nowokuzikhuza.


lokhu sizwile ngokukholwa kwenu kuKristu Jesu nangothando eninalo kubo bonke abangcwele,


Kepha izithelo zikaMoya ziluthando, nokujabula, nokuthula, nokubekezela, nobubele, nobuvi, nokukholeka,


ithemba alijabhisi, ngokuba uthando lukaNkulunkulu lutheliwe ezinhliziyweni zethu ngoMoya oNgcwele esimuphiweyo.


Senihlambululile imiphefumulo yenu ngokulalela iqiniso, nize nithande abazalwane ngokungazenzisi, thandanani ngokupheleleyo omunye nomunye ngenhliziyo,


Ngokuba akukho okusithekileyo okungayikuhlalukiswa; akukho okuyisifuba okungayikuba sobala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite