Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseGalathiya 5:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Bhekani, mina Pawulu ngithi kini, uma nisoka, uKristu kayikunisiza ngalutho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Mina Pawula ngithi kini: uma nisoka, uKhristu akanalusizo lwalutho kini.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Bhekani, mina Pawulu ngithi kini: Uma nisokwa, uKristu akayikunisiza ngalutho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Bhekani, mina Pawulu ngithi kini: Uma nisokwa, uKristu akayikunisiza ngalutho.

Gade chapit la Kopi




KwabaseGalathiya 5:2
16 Referans Kwoze  

Ngokuba kuKristu Jesu akusizi lutho ukusoka nokungasoki, kepha kuphela ukukholwa okusebenza ngothando.


Kwehla abathile eJudiya, bafundisa abazalwane ukuthi: “Uma ningasokwa ngomthetho kaMose, ningesindiswe.”


Ngokuba phela nathi sashunyayezwa ivangeli njengabo; kepha izwi abalizwayo alibasizanga bona, lokhu lingahlangananga nabezwayo ngokukholwa.


Kepha mina, bazalwane, uma ngisashumayela ukusoka, ngisazingelelwani na? Ngabe siphelile isikhubekiso sesiphambano.


Kepha mina Pawulu uqobo ngiyanincenga ngobumnene nangokuva kukaKristu, mina engithobile phambi kwenu nxa ngikhona, kepha nginesibindi kini nxa ngingekho,


Njengalokho sizwile ukuthi abanye abavela kithi banikhathazile ngamazwi, benyakazisa imiphefumulo esingabayalelanga khona,


Ngakho besithanda ukuza kinina, mina Pawulu ngokwami kanye nakabili, kepha uSathane wasivimbela.


nokho ngenxa yothando okungcono ngiyancenga, njengokuba nginje mina Pawulu osemdala, manje futhi ngiyisiboshwa sikaKristu Jesu,


Nakhu ukukhonza kwami mina Pawulu ngesandla sami.


Kepha kwasukuma abathile behlelo labaFarisi abakholwayo, bathi kumelwe ukuba basokwe, bayalwe ukugcina umthetho kaMose.


mina Pawulu ngikuloba ngesandla sami, ngiyakukukhokha ukuba ngingaze ngisho kuwe ukuthi nawe unecala kimi elinguwe uqobo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite