Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseGalathiya 4:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 kodwa iphansi kwabaphathi nababonisi, kuze kube yisikhathi esamiswa nguyise ngaphambili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Iphansi komqaphi nomphathi, kuze kufike isikhathi esamiswa nguyise phambilini.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 kodwa iphansi kwabaphathi nababusi kuze kufike isikhathi esamiswa nguyise.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 kodwa iphansi kwabaphathi nababusi kuze kufike isikhathi esamiswa nguyise.

Gade chapit la Kopi




KwabaseGalathiya 4:2
7 Referans Kwoze  

Ngokuba noma ninabafundisi abayizinkulungwane eziyishumi kuKristu, nokho oyihlo kababaningi, ngokuba mina nganizala kuKristu Jesu ngevangeli.


Kepha ngithi ngesikhathi indlalifa iseyingane, kayahlukile ngalutho encekwini, ingani iyinkosi yakho konke;


Kanjalo nathi, lapho siseyizingane, sasisebugqileni phansi kwezifundiso zobungane zezwe;


“Ngesikhathi esinqunyiweyo iyakubuya, iye eningizimu; kepha akuyikuba sekugcineni njengasekuqaleni.


Ngokuba umbono usengowesikhathi esimisiweyo; uphuthuma ekupheleni, awuyikukhohlisa; noma ulibala, wulindele, ngokuba uyakufika nokufika, awuyikwephuza.


Uma nihlala kimi, namazwi ami ehlala kini, niyakucela enikuthandayo, nikwenzelwe.


Njalo-ke umthetho sewaba ngumlayi wethu wokusiyisa kuKristu, ukuze silungisiswe ngokukholwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite