Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseGalathiya 4:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 kepha niyazi ukuthi kwaba ngenxa yobuthakathaka benyama ukuba ngishumayele ivangeli kini okokuqala,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Niyazi ukuthi ngenxa yokuba buthaka enyameni, ngashumayela ivangeli kini okokuqala,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Niyazi ukuthi ngobuthakathaka benyama ngashumayela ivangeli kini ekuqaleni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Niyazi ukuthi ngobuthakathaka benyama ngashumayela ivangeli kini ekuqaleni.

Gade chapit la Kopi




KwabaseGalathiya 4:13
13 Referans Kwoze  

Mina ngangikini ngobuthakathaka, nangokwesaba, nangokuthuthumela okukhulu;


Ngiyamangala ngokuba nimhlubuka masinya kangaka yena owanibizela emuseni kaKristu, niye kwelinye ivangeli,


Uma ngimelwe ukuzibonga, ngiyakuzibonga ngobuthakathaka bami.


Noma ngiyibhimbi lokukhuluma, nokho angisilo ngokwazi; lokhu sikubonakalisile kinina ngezindlela zonke ezintweni zonke.


Ngokuba izincwadi-ke bathi zinzima, zibukhali, kepha nxa ekhona ngomzimba, ubuthakathaka, ukukhuluma kwakhe kudelelekile.


Ngokuba noma wabethelwa esiphambanweni ngobuthakathaka, nokho uyaphila ngamandla kaNkulunkulu. Ngokuba nathi sibuthakathaka kuye, kodwa sizakuphila kanye naye ngamandla kaNkulunkulu ngakini.


Base bedabula izwe laseFrigiya nelaseGalathiya, benqatshelwe nguMoya oNgcwele ukulikhuluma izwi e-Asiya;


UJesu walihamba lonke elaseGalile efundisa emasinagogeni* abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephulukisa abantu ezifweni zonke nasebuthakathakeni bonke.


Yibani njengami, ngokuba nami nginjengani; bazalwane, ngiyanincenga. Aningonanga ngalutho;


nokulingwa kwenu ngenyama yami anikudelelanga, aninengwanga yikho, kodwa nangamukela ngokungathi ngiyingelosi kaNkulunkulu, ngokungathi nginguKristu Jesu.


Kepha kuhle ukushisekelelwa ngento enhle njalonjalo, kungabi nxa ngikhona kini kuphela,


“Uma izinwele zomuntu zisukile ekhanda lakhe, uyimpandla; uhlambulukile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite