Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseGalathiya 1:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 abesezwile nje ukuthi: “Lowo okade esizingela useshumayela ukukholwa akade ekuchitha.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 kuphela nje ayezwa ukuthi: “Lowo owayesizingela, manje useshumayela ivangeli lokukholwa ayekade elichitha.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

23 Kodwa babezwile kuphela ukuthi: Lowo owayesihlupha kudala useshumayela ukukholwa ayekuchitha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Kodwa babezwile kuphela ukuthi: Lowo owayesihlupha kudala useshumayela ukukholwa ayekuchitha.

Gade chapit la Kopi




KwabaseGalathiya 1:23
9 Referans Kwoze  

Kepha u-Ananiya waphendula wathi: “Nkosi, ngizwile ngabaningi ngaleyo ndoda konke okubi ekwenzile kwabangcwele bakho eJerusalema;


Masinyane washumayela emasinagogeni* ngoJesu ukuthi yena uyiNdodana kaNkulunkulu.


Esefikile eJerusalema wazama ukuzihlanganisa nabafundi; kepha bonke bamesaba, bengakholwa ukuthi ungumfundi.


Izwi likaNkulunkulu landa, umumo wabafundi wakhula eJerusalema, nesixuku esikhulu sabapristi salalela inkolo.


Kepha bamangala bonke abezwayo, bathi: “Lo asiye yini owachitha eJerusalema abakhuleka kulelo gama, nalapha uze ngalokhu ukuba abaqhube beboshiwe kubapristi abakhulu na?”


Kepha nabathile abayizanusi kubaJuda, abayizinzulane, balokotha ukuphatha igama leNkosi uJesu phezu kwabakhwelwe ngomoya ababi, bathi: “Ngiyanifungisa uJesu amshumayelayo uPawulu.”


Ngakho-ke njengokuba sinethuba, asenze okuhle kubo bonke, kepha ikakhulu kwabendlu yokukholwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite