Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseGalathiya 1:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngokuba ngiyanazisa, bazalwane, ukuba ivangeli elishunyayelwe yimina alisilo elingokwabantu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ngokuba ngiyanazisa, bazalwane, ukuthi ivangeli elishunyayelwe yimi akusilo elivela kubantu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Kepha ngiyanazisa, bazalwane, ukuthi ivangeli elashunyayelwa yimina aliveli kubantu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Kepha ngiyanazisa, bazalwane, ukuthi ivangeli elashunyayelwa yimina aliveli kubantu.

Gade chapit la Kopi




KwabaseGalathiya 1:11
9 Referans Kwoze  

UPawulu, umphostoli ongaveli kubantu noma ngomuntu, kodwa ngoJesu Kristu noNkulunkulu uYise owamvusa kwabafileyo,


Ngokuba mina ngakwamukela eNkosini lokho, nenganinika khona, ukuthi: INkosi uJesu, ngalobo busuku akhashelwa ngabo wathabatha isinkwa,


ngosuku uNkulunkulu ayakwahlulela ngalo okufihliweyo kwabantu ngokwevangeli lami ngoKristu Jesu.


Ngokuba nxa omunye ethi: “Mina ngingokaPawulu,” omunye: “Mina ngingoka-Apholo,” anisibo abenyama na?


Lokho ngikusho ngokwabantu nje na? Nomthetho kambe kawusho khona lokho na?


Ngiyamangala ngokuba nimhlubuka masinya kangaka yena owanibizela emuseni kaKristu, niye kwelinye ivangeli,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite