Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseFilipi 3:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngilingiseni, bazalwane, nibabhekisise abahamba njengathi esiyisibonelo kini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Bazalwane, ngilingiseni, futhi nibabhekisise abahamba njengathi esiyisibonelo kini.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Bazalwane, yibani ngabalingisi bami kanyekanye, niqaphele abahamba kanjalo njengokuba ninesibonelo kithi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Bazalwane, yibani ngabalingisi bami kanyekanye, niqaphele abahamba kanjalo njengokuba ninesibonelo kithi.

Gade chapit la Kopi




KwabaseFilipi 3:17
15 Referans Kwoze  

enakufunda, nakwamukela, nakuzwa, nakubona kimi, kwenzeni lokho; khona uNkulunkulu wokuthula uyakuba nani.


Ngakho-ke ngiyanincenga ukuthi: Yibani abalingisi bami.


kungabi njengabazenza amakhosi phezu kwamabandla enabelwa wona, kodwa nibe yizibonelo zomhlambi;


kungengokuba singenalo ilungelo, kodwa ukuze sizinikele sibe yisibonelo kini sokuba nisilingise.


Bakhumbuleni ababenihola bekhuluma izwi likaNkulunkulu kini, niqonda ukuphela kokuhamba kwabo, nilingise ukukholwa kwabo.


Makungabikho muntu odelela ubusha bakho, kepha yiba yisibonelo kwabakholwayo ngezwi, nangenkambo, nangothando, nangokukholwa, nangokuhlanzeka.


Ngokuba nani niyazi ngokwenu ukuthi kufanele ukuba nisilingise kanjani, ngokuba asihambanga ngokungafanele phakathi kwenu,


Ningakhubekisi nabaJuda, namaGreki, nabandla likaNkulunkulu,


Uma ekhona ongalaleli izwi lethu kule ncwadi, mphawuleni lowo, ningahlanganyeli naye, ukuze abe namahloni;


Nani naba ngabalingisi bethu, nabeNkosi senilamukele izwi ekukhathazekeni okukhulu ngokuthokoza kukaMoya oNgcwele,


Ngiyanincenga, bazalwane, ukuba niqaphele ababanga ukwahlukana nokukhubekisa, bephambene nesifundiso enafundiswa sona nina, nahlukane nabo;


Mbhekisise ongasolekiyo, umbone oqotho; ngokuba umuntu wokuthula, ukugcina kwakhe kuhle.


Yibani ngabalingisi bami, njengokuba nami ngilingisa uKristu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite