Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseFilipi 2:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Yena-ke ngiyethemba ukumthuma masinyane, uma sengibonile ukuthi okuqondene nami kophelelaphi;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Ngakho-ke ngiyethemba ukuthi ngizomthumela kungakapholi maseko, uma nje sekwehlukene inhloko nesixhanti maqondana nalokhu engibhekene nakho.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

23 Ngakho-ke ngithemba ukumthuma masinyane, nxa sengibonile ukuthi kungihambela njani.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Ngakho-ke ngithemba ukumthuma masinyane, nxa sengibonile ukuthi kungihambela njani.

Gade chapit la Kopi




KwabaseFilipi 2:23
3 Referans Kwoze  

Kepha ngiyethemba eNkosini uJesu ukuthuma uThimothewu kini masinyane, ukuze nami ngename nxa sengazi izindaba zenu.


UDavide wasuka khona, waya eMispa lakwaMowabi, wathi enkosini yakwaMowabi: “Ake beze ubaba nomame, bahlale kini, ngize ngazi ukuthi uNkulunkulu uyakwenzani kimi.”


Kepha enye yawela edwaleni, lapho yayingenamhlabathi omningi khona; yamila masinyane, ngokuba ingenamhlabathi ojulileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite