Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KwabaseFilipi 1:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 nikukho khona lokho kulwa enakubona kimina, nakalokhu nizwa ukuthi kukimina.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 lokhu nani-ke nisalwa leyo mpi enangibona ngiyilwa, namanje nizwile ukuthi ngisayibambile.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 Nilokulwa okufanayo enakubona kimi, nezwa manje ukuthi ukimi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Nilokulwa okufanayo enakubona kimi, nezwa manje ukuthi ukimi.

Gade chapit la Kopi




KwabaseFilipi 1:30
21 Referans Kwoze  

Kepha noma sasihlushiwe kuqala saphathwa kabi eFilipi, njengokuba nazi, saba nesibindi kuNkulunkulu wethu sokunishumayeza ivangeli likaNkulunkulu ngokulwa okukhulu.


Ngikulwile ukulwa okuhle, ngiqedile ibanga, ngigcinile ukukholwa;


Anikamelani nezono nilwa kuze kube segazini;


“Lokho ngikukhulume kini ukuba nibe nokuthula kimi. Ezweni niyakuba lusizi, kepha yimani isibindi, mina ngilinqobile izwe.”


Nabo uqobo lwabo bamnqoba ngegazi leWundlu nangezwi lobufakazi babo, futhi abakuthandanga ukuphila kwabo kwaze kwaba sekufeni.


Yilwa ukulwa okuhle kokukholwa, ubambelele ekuphileni okuphakade owabizelwa kukho, wavuma ukuvuma okuhle phambi kofakazi abaningi.


engikusebenzelayo futhi, ngilwa ngokusebenza kwakhe okusebenza kimi ngamandla.


kwaze kwathi izibopho zami zabonakala enqabeni yonke nakubo bonke abanye ukuthi zingenxa kaKristu


Ngokuba ngiyathanda ukuba nazi ukuthi kukhulu kangakanani ukulwa enginakho ngenxa yenu nabaseLawodikeya nabo bonke abangabonanga ubuso bami ngamehlo,


Ngalokho-ke nathi, lokhu sinefu elingaka lawofakazi elisihaqileyo, masilahle konke okusindayo nesono esithandela kangaka kithi, sigijime ngokubekezela kulokhu kuncintisana esikumiselweyo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite