Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 9:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kepha lezo zinto zilungisiwe ngokunjalo, abapristi bangena njalo etabernakele* lokuqala befeza izinkonzo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Uma konke sekuhleliwe, abaphristi bayangena njalo engxenyeni yokuqala engcwele ukuzokwenza imisebenzi yabo yokukhonza.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Kwathi seziqediwe lezi zinto, abapristi bangena njalo etendeni lokuqala, befeza inkonzo kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kwathi seziqediwe lezi zinto, abapristi bangena njalo etendeni lokuqala, befeza inkonzo kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 9:6
9 Referans Kwoze  

Wothi kubo: ‘Lo ungumnikelo womlilo eniyakunikela ngawo kuJehova: izimvu zamaduna ezinomnyaka munye ezingenasici, zibe zimbili njalo ngosuku, zibe ngumnikelo oshiswa imihla yonke.


Etendeni lokuhlangana ngaphandle kwesihenqo esiphambi kobufakazi u-Aroni namadodana akhe bayakuziphatha kwasekuhlweni kuze kuse phambi kukaJehova; kuyakuba yisimiso sabantwana bakwa-Israyeli kuze kube phakade ezizukulwaneni zabo.


Yebo, lwazikhulisa kwaze kwaba nasesikhulwini sebandla, lwasaphuca umnikelo oshiswa imihla yonke, nendawo yendlu yaso engcwele yaphonswa phansi.


Nabafowenu, isizwe sakwaLevi, isizwe sikayihlo, sondela nabo ukuba bahlanganiswe nawe, bakukhonze; kepha wena namadodana akho kanye nawe niyakuba ngaphambi kwetende lobufakazi.


bona bangabakwa-Israyeli, okungesabo isimo sobuntwana nenkazimulo, nezivumelwano, nokumiswa komthetho, nenkonzo, nezithembiso,


Uma-ke kwakukhona ukuphelela ngobupristi bukaLevi ngokuba isizwe samiselwa bona ngomthetho – kwakusaswelekelani ukuba kuvele omunye umpristi ngokukaMelkisedeki engabizwa ngokokuma kuka-Aroni na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite