Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 9:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ngalokho-ke isivumelwano sokuqala asimiswanga ngaphandle kwegazi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Ngalokho-ke isivumelwano sokuqala asimiswanga ngaphandle kwegazi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Ngakho-ke isivumelwano sokuqala asenziwanga ngaphandle kwegazi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngakho-ke isivumelwano sokuqala asenziwanga ngaphandle kwegazi.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 9:18
8 Referans Kwoze  

Yebo, cishe zonke izinto zihlanjululwa ngegazi ngokomthetho; ngaphandle kokuchitha igazi akukho ukuthethelelwa.


kakhulu kangakanani igazi likaKristu owazinikela kuNkulunkulu ngoMoya ophakade engenacala lizakuhlanza unembeza wethu emisebenzini efileyo, ukuze sikhonze uNkulunkulu ophilayo.


Nothatha isithungu sehisopi,* nisicwilise egazini elisemcengezini, nibhece ikhothamo nezinsika zombili zomnyango ngegazi elisemcengezini; akuyikuphuma muntu emnyango waleyo ndlu kuze kube sekuseni.


Wayeseletha amadodana ka-Aroni, uMose walibheca igazi esicutshini sendlebe yabo yokunene, nasesithupheni sesandla sabo sokunene, nakuqukula wonyawo lwabo lokunene; uMose wafafaza i-altare ngegazi nxazonke.


ngokuba itestamente* lisebenza sekufiwe, ngokuba alize lingaba namandla esekhona owalenzayo.


Ngokuba isikhulunyiwe imiyalelo yonke ngokomthetho nguMose kubantu bonke, wayesethatha igazi lamathole nelezimbuzi kanye namanzi noboya obubomvu nehisopi*, wafafaza incwadi nabantu bonke,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite