KumaHeberu 9:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Kepha nesivumelwano sokuqala kambe sasinezimiso zenkonzo nendlu engcwele yasezweni. Gade chapit laIsiZulu 20201 Kanjalo nesivumelwano sokuqala sasinezimiso zenkonzo nendlu engcwele yasemhlabeni. Gade chapit laBaasraak Zulu New Testament Bible1 Kepha nesivumelwano sokuqala sasinezimiso zenkonzo nendlu engcwele yasezweni. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20241 Kepha nesivumelwano sokuqala sasinezimiso zenkonzo nendlu engcwele yasezweni. Gade chapit la |
Uma benamahloni ngakho konke abakwenzileyo, mawubazise isimo sendlu, nokubonakala kwayo, nezindawo zayo zokuphuma, nezindawo zayo zokungena, yebo, sonke isimo sayo kanye nazo zonke izimiso zayo, nazo zonke izimo zazo kanye nayo yonke imithetho yayo, ukulobe emehlweni abo ukuba bagcine sonke isimo sayo nazo zonke izimiso zayo, bazenze.