Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 8:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngokuba uma leso sivumelwano sokuqala besingasoleki, bekungayikufunwa indawo yesibili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ngokuba uma leso sivumelwano sokuqala sasingenasici, bekungeke kufunwe isivumelwano sesibili.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Ngokuba uma leso sivumelwano sokuqala besingenasici, bekungayikufunelwa indawo esesibili.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngokuba uma leso sivumelwano sokuqala besingenasici, bekungayikufunelwa indawo esesibili.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 8:7
5 Referans Kwoze  

Uma-ke kwakukhona ukuphelela ngobupristi bukaLevi ngokuba isizwe samiselwa bona ngomthetho – kwakusaswelekelani ukuba kuvele omunye umpristi ngokukaMelkisedeki engabizwa ngokokuma kuka-Aroni na?


Ngokuba umthetho wokuqala uyachithwa ngenxa yobuthakathaka bawo nokungasizi kwawo,


Pho-ke, umthetho uphambene nezithembiso zikaNkulunkulu na? Qha nakanye. Ngokuba uma wawunikiwe umthetho onamandla okuphilisa, ngempela ukulungisiswa ngakuya ngomthetho.


kepha kalokhu unikiwe inkonzo enhle kakhulu, njengalokhu engumlamuleli wesivumelwano esihle kakhulu, esimisiwe ngokwezithembiso ezinhle kakhulu.


Akenzi lesi sivumelwano nalesi sifungo nani nodwa,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite