Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 7:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Lapha-ke abantu abafayo bamukeliswa okweshumi, kepha lapho ngofakazelwa ukuthi uyaphila.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Lapha-ke abantu abafayo bemukeliswa okweshumi, kodwa lapho ngofakazelwa ukuthi uyaphila.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Futhi lapha abantu abafayo bamukela okweshumi; kodwa lapho uyawemukela, ofakazelwa ngaye ukuthi uyaphila.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Futhi lapha abantu abafayo bamukela okweshumi; kodwa lapho uyawemukela, ofakazelwa ngaye ukuthi uyaphila.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 7:8
12 Referans Kwoze  

lapho uJesu eyisigijimi sokusandulela wangena khona, esewaba ngumpristi omkhulu kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki.


njengokuba esho nakwenye indawo ngokuthi: “Wena ungumpristi kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki,”


nophilayo; ngangifile, bheka, sengingophilayo kuze kube phakade naphakade, futhi nginezihluthulelo zokufa nezeHayidese*.


Kulabo-ke baba baningi ababekwa babe ngabapristi, ngokuba bathiyeka ngenxa yokufa ukuba baqhube njalo;


Kuseyisikhashana izwe lingasangiboni, kepha niyangibona nina, ngokuba ngiphila mina, nani nizakuphila.


pho-ke, yibaphi abezwayo bacunula na? Akusibo bonke abaphuma eGibithe ngoMose na?


UJesu wathi kuye: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.


Futhi njengalokhu kumiselwe abantu ukuba bafe kanye, emva kwalokhu ukwahlulelwa,


Kepha akunakuphikwa ukuthi omncinyane ubusiswa ngomkhulu.


Futhi kungathiwa noLevi owamukela okweshumi watheliswa okweshumi ngaye u-Abrahama,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite