Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 7:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Futhi ngalokho ukuthi akubanga ngaphandle kokufunga – ngokuba labo kambe babekwa babe ngabapristi ngaphandle kokufunga,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Lokho akubanga ngenxa yokufunga, ngokuba laba babekwa baba ngabaphristi ngaphandle kokufunga,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Ngalokho-ke wenziwa umpristi ngaphandle kwesifungo;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ngalokho-ke wenziwa umpristi ngaphandle kwesifungo;

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 7:20
5 Referans Kwoze  

Wena namadodana akho kanye nawe niyakugcina ubupristi kukho konke okwe-altare, nakukho konke okuphakathi kwesihenqo; niyakukhonza; ngiyaninika ubupristi njengenkonzo yesipho; umfokazi osondelayo wobulawa.”


njengokuba esho nakwenye indawo ngokuthi: “Wena ungumpristi kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki,”


UJehova ufungile engayikuguquka, wathi: “Wena ungumpristi kuze kube phakade ngendlela kaMelkisedeki.”


lokhu umthetho awuphelelisanga lutho, kepha sekungeniswa ithemba elingcono, esisondela ngalo kuNkulunkulu.


kepha yena wabekwa ngokufunga nguye owasho kuye ukuthi: “INkosi yafunga, ayiyikuzisola, yathi: ‘Wena ungumpristi kuze kube phakade.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite