Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 7:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 ngokuba wayesesokhalweni lukayise mzukwana uMelkisedeki emhlangabeza.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 ngokuba wayesesokhalo lukayise mzukwana uMelkhizedeki emhlangabeza.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Ngoba wayesesokhalweni lukayise, mhla uMelkisedeki emhlangabeza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ngoba wayesesokhalweni lukayise, mhla uMelkisedeki emhlangabeza.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 7:10
7 Referans Kwoze  

Nalabo bamadodana kaLevi abamukeliswa ubupristi banomyalo wokuthatha okweshumi kubantu ngokomthetho, okungukuthi kubafowabo, ingani baphume okhalweni luka-Abrahama;


Bonke abantu abeza noJakobe eGibithe abaphuma okhalweni lwakhe, ngaphandle kwabafazi bamadodana kaJakobe, bonke abantu babe ngamashumi ayisithupha nesithupha.


UNkulunkulu wathi kuye: “NginguNkulunkulu uSomandla; mawuzale, wande; isizwe, yebo, ibandla lezizwe liyakuvela kuwe; amakhosi ayakuphuma okhalweni lwakho;


kepha wena awuyikuyakha indlu, kodwa indodana yakho eyakuphuma okhalweni lwakho yiyona eyakwakhela igama lami indlu.’


njengokuba esho nakwenye indawo ngokuthi: “Wena ungumpristi kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki,”


Futhi kungathiwa noLevi owamukela okweshumi watheliswa okweshumi ngaye u-Abrahama,


Uma-ke kwakukhona ukuphelela ngobupristi bukaLevi ngokuba isizwe samiselwa bona ngomthetho – kwakusaswelekelani ukuba kuvele omunye umpristi ngokukaMelkisedeki engabizwa ngokokuma kuka-Aroni na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite