Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 5:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Ngokuba lowo odla ubisi akakaqondi lutho lwezwi lokulunga, ngokuba uyingane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Ngokuba lowo nalowo osaphuza ubisi akakakuqondi okwezwi lokulunga, ngokuba useyingane.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Ngokuba yilowo nalowo odla ubisi akahlakaniphile izwi lokulunga, ngokuba uyingane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ngokuba yilowo nalowo odla ubisi akahlakaniphile izwi lokulunga, ngokuba uyingane.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 5:13
15 Referans Kwoze  

njengezingane ezisand' ukuzalwa langazelelani ubisi olungokomoya olungenakonakala, ukuze nikhule ngalo kube ngukusindiswa,


Bazalwane, ningabi ngabantwana ngengqondo, kanti ebubini nibe yizingane, kepha engqondweni nibe ngabakhulileyo.


Yonke imibhalo iphefumulelwe nguNkulunkulu ilungele ukufundisa, nokusola, nokuqondisa, nokuyala ekulungeni,


“Ngubani ayakumfundisa ukwazi, aqondise bani umbiko, na? Yibo abalunyuliweyo obisini, basuswa emabeleni, na?


ukuze singabe sisaba yizingane, sishukunyiswa okwamaza, sipheshulwa yimimoya yonke yezifundiso ngenkohliso yabantu, ngobuqili obunamacebo okudukisayo;


Nami-ke, bazalwane, bengingenakukhuluma kini njengakwabomoya kepha njengakwabenyama, njengakwabayizingane kuKristu.


Ngokuba uma inkonzo yokulahlwa ibinenkazimulo, ikakhulu inkonzo yokulunga inenkazimulo enkulu kakhulu.


Lapho ngisengumntwana, ngakhulumisa okomntwana, ngaqondisa okomntwana, ngazindlisa okomntwana; kuthe sengiyindoda, ngayeka okobuntwana.


Amehlo ami ayalangazelela insindiso yakho nezwi lokulunga kwakho.


Ngiqinisile ngithi kini: Yilowo nalowo ongamukeli umbuso kaNkulunkulu njengomntwana kasoze angena kuwo.”


Ngalelo hora uJesu wakhuluma wathi: “Ngiyakubonga, Baba, Nkosi yezulu nomhlaba, ngokuba ukufihlile lokhu kwabahlakaniphileyo nabanokuqonda, wakwambulela izingane;


umyali weziwula nomfundisi wezingane, unakho ukuma kokwazi nokweqiniso emthethweni,


ngokuba ombingelelayo uhlanganyela naye emisebenzini yakhe emibi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite