Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 3:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngokuba yileyo ndlu yakhiwa ngothile; kepha owakha konke nguNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Ngokuba indlu nendlu yakhiwa ngothile, kodwa owakhe konke nguNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Ngokuba yileyo naleyondlu yakhiwa ngumuntu; kodwa owakha izinto zonke nguNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngokuba yileyo naleyondlu yakhiwa ngumuntu; kodwa owakha izinto zonke nguNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 3:4
5 Referans Kwoze  

Ngokuba lowo kwathiwa ufanele inkazimulo enkulu kunoMose, njengalokhu oyakhileyo indlu unodumo olukhulu kunendlu.


ekugcineni kwale mihla ukhulume kithina ngeNdodana ayimise ibe yindlalifa yakho konke, owadala ngayo futhi izwe.


Kepha u-Esteri wayengakhulumanga ngabantu bakubo nangezihlobo zakhe, ngokuba uMoridekayi wayeyiyalile ukuba ingakusho.


Uma kukuhle enkosini, makulotshwe ukuba sichithwe; ngiyakukhokhela amatalenta* ayizinkulungwane eziyishumi esiliva ezandleni zabenza umsebenzi wenkosi, ayiswe esikhwameni senkosi.”


UMose kambe wayethembekile endlini yakhe yonke njengenceku, kuze kube ngubufakazi balokho obekuzakukhulunywa,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite