Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 3:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngokuba lowo kwathiwa ufanele inkazimulo enkulu kunoMose, njengalokhu oyakhileyo indlu unodumo olukhulu kunendlu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Ngokuba lo ubonakale eyifanele inkazimulo enkulu kunoMose, njengalokhu umakhi wendlu unodumo olukhulu kunendlu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Ngokuba lo ubalelwe inkazimulo enkulu kunoMose, njengalokhu owakhileyo indlu enodumo olukhulu kunendlu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngokuba lo ubalelwe inkazimulo enkulu kunoMose, njengalokhu owakhileyo indlu enodumo olukhulu kunendlu.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 3:3
11 Referans Kwoze  

Ngokuba thina siyizisebenzi kanye noNkulunkulu, nina niyinsimu kaNkulunkulu, niyisakhiwo sikaNkulunkulu.


kodwa siyambona owenziwe waba mncinyane isikhashana kunezingelosi, uJesu, ebekiwe umqhele wenkazimulo nodumo ngenxa yokuhlupheka kokufa, ukuze ngomusa kaNkulunkulu ezwe ukufa ngenxa yabo bonke.


kepha uKristu uthembekile njengendodana phezu kwendlu yakhe, esiyindlu yakhe thina, uma sibambisisa isibindi nentokozo yethemba liqine kuze kube sekupheleni.


yona iyinhloko yomzimba, ngisho ibandla, engukuqala, izibulo kwabafileyo, ukuze yona ibe ngowokuqala ezintweni zonke,


Nami-ke ngithi kuwe: Wena unguPetru; phezu kwaleli dwala ngiyakulakha ibandla lami; amasango eHayidese* awayikulahlula.


“Izandla zikaZerubabele zibeke isisekelo sale ndlu, futhi izandla zakhe ziyakuyiqeda, wazi ukuthi nguJehova Sebawoti ongithumile kini.


Kepha uma inkonzo yokufa, enamagama aqoshiwe ematsheni, yafika inenkazimulo, ngangokuba abantwana bakwa-Israyeli babengenakubuka ubuso bukaMose ngenxa yenkazimulo yobuso bakhe eyayingephelayo,


Ngokuba yileyo ndlu yakhiwa ngothile; kepha owakha konke nguNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite