Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 12:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 ngokuba iNkosi iyamlaya emthandayo ishaye yileyo naleyo ndodana eyamukelayo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 ngokuba iNkosi iyamyala emthandayo, ishaye leyo naleyo ndodana eyamukelayo.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Ngokuba iNkosi iyamlaya emthandayo, ishaye yonke indodana eyamukelayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngokuba iNkosi iyamlaya emthandayo, ishaye yonke indodana eyamukelayo.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 12:6
19 Referans Kwoze  

“Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibalaye; ngakho-ke shisekela uphenduke.


Ngokuba uJehova uyamlaya amthandayo, njengoyise indodana ayithandayo.


Ngiyazi ukuthi izahlulelo zakho zilungile nokuthi wangilaya ngokuthembeka.


Oyeka uswazi uyazonda indodana yakhe, kepha oyithandayo uyayilaya ngesineke.


Jehova, ubusisiwe lowo muntu omyalayo, omfundisayo ngomthetho wakho,


Mina ngiyakuba nguyise, yona ibe yindodana yami; uma yenza okubi, ngiyakuyilaya ngenduku yabantu nangemivimbo yabantwana babantu,


Ngilaye, Jehova, kepha ngokwahlulela, kungabi ngentukuthelo yakho, funa ungenze into engelutho.


Wokwazi enhliziyweni yakho ukuthi njengalokhu umuntu elaya indodana yakhe, kanjalo uJehova uNkulunkulu wakho uyakulaya wena.


Ubusisiwe umuntu okhuthazela ekulingweni; ngokuba esevivinyekile uyakwamukeliswa umqhele wokuphila othenjisiwe yiNkosi kwabayithandayo.


Kwangilungela ukuba ngihlushwe, ukuze ngifunde izimiso zakho.


Bhekani, babusisiwe abakhuthazelayo; nizwile ngokukhuthazela kukaJobe, nibonile impetho yeNkosi ukuthi iNkosi inesihe esikhulu nesihawu.


Ngakho ububi bukaJakobe buyakuhlangulwa ngalokhu, lokhu kube yisithelo sonke sokususa isono sakhe, lapho enza ukuba onke amatshe e-altare avithizeke njengamatshe omcako, kungabe kusamiswa o-Ashera* nama-altare empepho.


Ndodana yami, ungadeleli ukulaya kukaJehova, ungakhathazeki ngokusola kwakhe.


Ukhononelani umuntu ophilayo, umuntu ojeziswa ngezono zakhe, na?


U-Elimeleki umyeni kaNawomi wafa; kepha yena wasala namadodana akhe amabili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite