Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 10:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Eseshilo ngasenhla ukuthi: “Imihlatshelo, neminikelo, neminikelo yokushiswa, nemihlatshelo ngenxa yezono awuyithandanga, awuyithokozelanga,” eyona ilethwa ngokomthetho,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Eseshilo ngenhla ukuthi: “Imihlatshelo, iminikelo, iminikelo yokushiswa, nemihlatshelo ngenxa yezono awuyithandanga, awuyithokozelanga,” okuyiyona enikelwa njengoba kushiwo emthethweni.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Ekuphakameni ethi: ‘Umhlatshelo nomnikelo, neminikelo yokushiswa, nomnikelo wesono, awuwuthandanga, awuwuthandanga; ezinikelwa ngumthetho;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ekuphakameni ethi: ‘Umhlatshelo nomnikelo, neminikelo yokushiswa, nomnikelo wesono, awuwuthandanga, awuwuthandanga; ezinikelwa ngumthetho;

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 10:8
4 Referans Kwoze  

Ngalokho-ke esefika ezweni uthi: “Umhlatshelo nomnikelo awuwuthandanga, kodwa ungilungisele umzimba.


futhi ukuyithanda yona ngenhliziyo yonke, nangengqondo yonke, nangamandla onke, nokuthanda umakhelwane njengalokhu umuntu ezithanda yena kudlula yonke iminikelo yokushiswa nemihlatshelo.”


Umhlatshelo nomnikelo wokudla awuwuthandi; izindlebe zami uzibhobozile; umnikelo wokushiswa nomnikelo wesono awuwubizi.


Ngokuba lokho okwehlula umthetho, ngokuba ungenamandla ngenxa yenyama, wakwenza uNkulunkulu ngokuthuma iNdodana yakhe ifana nenyama yesono, nangenxa yesono walahla isono enyameni,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite