Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 10:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngase ngithi: ‘Bheka, ngiyeza – emqulwini wencwadi kulotshiwe ngami – ukuba ngiyenze, Nkulunkulu, intando yakho.’ ”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ngase ngithi: ‘Manje ngiyeza. Kulotshiwe ngami emqulwini wencwadi, ukuba ngiyenze, Nkulunkulu, intando yakho.’ ”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Ngase ngithi: Bheka, ngiyeza (emqulwini wencwadi kulotshiwe ngami) ukwenza intando yakho, Nkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngase ngithi: Bheka, ngiyeza (emqulwini wencwadi kulotshiwe ngami) ukwenza intando yakho, Nkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 10:7
12 Referans Kwoze  

UJesu wathi kubo: “Ukudla kwami kungukwenza intando yongithumileyo, ngifeze umsebenzi wakhe.


Ngokuba ngehle ezulwini kungengukuba ngenze intando yami, kodwa ukuba ngenze intando yongithumileyo.


Mina ngingenze lutho ngokwami; ngahlulela njengalokho engikuzwayo; ukwahlulela kwami kulungile, ngokuba ngingafuni eyami intando kepha intando yongithumileyo.


“Zithathele umqulu wencwadi, ulobe kuwo onke amazwi engiwakhulume kuwe ngo-Israyeli nangoJuda, nangazo zonke izizwe, kusukela osukwini engakhuluma ngalo kuwe, kusukela ezinsukwini zikaJosiya kuze kube namuhla.


Ngizakubeka ubutha phakathi kwakho nowesifazane, naphakathi kwenzalo yakho nenzalo yakhe. Yona iyakuchoboza ikhanda lakho, wena uyakulimaza isithende sayo.”


ngijabula ezweni lomhlaba wakhe, intokozo yami ikanye namadodana abantu.


Kwafunyanwa e-Akimetha endlini yamakhosi esezweni laseMediya umqulu okwakulotshwe kuwo isikhumbuzo sokuthi:


INkosi uJehova iyivulile indlebe yami, mina angihlubukanga, angihlehlanga nyovane.


Ngase ngibheka, naso isandla saselulelwe kimi, naphakathi kwaso, bheka, ngumqulu wencwadi.


Wayesethi kimi: “Ndodana yomuntu, yidla okufumanayo, udle lo mqulu, uye ukhulume kuyo indlu yakwa-Israyeli.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite