Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 10:37 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Ngokuba kuse yisikhashana nje, ozayo uyeza, akayikulibala;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

37 Akusensuku zatshwala afike ozayo, akayukulibala.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

37 Ngokuba kuseyisikhashana nje, ozayo uyeza, akayikulibala.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

37 Ngokuba kuseyisikhashana nje, ozayo uyeza, akayikulibala.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 10:37
11 Referans Kwoze  

Ngithi kini: Uzakubezwela masinyane. Nokho nxa ifika iNdodana yomuntu, imbala iyakufumana ukukholwa emhlabeni na?”


Wozani, bantu bami, ningene emakamelweni enu, nizivalele iminyango, nicashe ngokuphazima kweso, kuze kudlule ulaka.


Ofakaza ngalezi zinto uthi: “Yebo, ngiyeza masinyane.” Amen. Woza, Nkosi Jesu!


Omncane uyakuba yinkulungwane, ophansi abe yisizwe esinamandla; mina nginguJehova, ngiyakukusheshisa ngesikhathi sakho.”


Kodwa, bathandekayo, maningakhohlwa lento inye yokuthi kuyo iNkosi usuku lunye lunjengeminyaka eyinkulungwane nokuthi iminyaka eyinkulungwane injengosuku lunye.


wathi kuye: “Wena unguye ozayo, noma sobheka omunye na?”


Ukubekezela kwenu akwaziwe ngabantu bonke; iNkosi iseduze.


singakuyeki ukuhlangana kwethu njengomkhuba wabanye, kepha masivuselelane, ikakhulu njengokuba nibona usuku lusondela.


INkosi ayilibali ngesithembiso sayo, njengalokhu abanye bathi kungukulibala, kepha iyanibekezelela, ingathandi ukuba kubhubhe namunye, kodwa ukuba bonke beze ekuphendukeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite