Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 10:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 sinompristi omkhulu wendlu kaNkulunkulu,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 njengokuba sinomphristi omkhulu wendlu kaNkulunkulu,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 futhi sinompristi omkhulu phezu kwendlu kaNkulunkulu;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 futhi sinompristi omkhulu phezu kwendlu kaNkulunkulu;

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 10:21
12 Referans Kwoze  

Ngakho-ke kwamfanela ukuba abe njengabafowabo kukho konke, ukuze abe ngumpristi omkhulu ohawukelayo nothembekayo kokukaNkulunkulu, kube yinhlawulo yezono zabantu.


Kepha okuyindikimba kwesikushoyo yilokhu: sinompristi omkhulu onjalo osewahlala ngakwesokunene sesihlalo sobukhosi soMkhulu emazulwini,


lapho uJesu eyisigijimi sokusandulela wangena khona, esewaba ngumpristi omkhulu kuze kube phakade ngokokuma kukaMelkisedeki.


Ngokuba umpristi omkhulu onjalo usifanele thina, ongcwele, ongenacala, ongenabala, owahlukanisiwe nezoni, owenziwa aphakame phezu kwamazulu,


Ngakho-ke, bazalwane abangcwele, enihlanganyela ukubiza kwasezulwini, qaphelani umPhostoli nomPristi omkhulu wesivumo sethu uJesu,


kepha uma ngilibala, khona uyakwazi ukuthi kumelwe ukuba abantu bahambe kanjani endlini kaNkulunkulu eyibandla likaNkulunkulu ophilayo, insika nesisekelo seqiniso.


Nami-ke ngithi kuwe: Wena unguPetru; phezu kwaleli dwala ngiyakulakha ibandla lami; amasango eHayidese* awayikulahlula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite