Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 1:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 seyaba nkulu kunezingelosi, njengalokhu igama eliyifa layo likhulu kunelazo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Seyaba nkulu kunezingelosi, njengoba igama eliyifa layo likhulu kunelazo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 enziwe waba ngcono kakhulu kunezingelosi, njengalokho ezuze ngefa igama elihle kakhulu kunelazo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 enziwe waba ngcono kakhulu kunezingelosi, njengalokho ezuze ngefa igama elihle kakhulu kunelazo.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 1:4
11 Referans Kwoze  

ngaphezu kwakho konke ukubusa, negunya, namandla, nobukhosi, namagama onke aphathwayo, kungekuleli zwe lodwa kepha nakulo elizayo;


okhona ngakwesokunene sikaNkulunkulu esenyukele ezulwini, sekubekwe phansi kwakhe izingelosi, negunya, namandla.


kodwa siyambona owenziwe waba mncinyane isikhashana kunezingelosi, uJesu, ebekiwe umqhele wenkazimulo nodumo ngenxa yokuhlupheka kokufa, ukuze ngomusa kaNkulunkulu ezwe ukufa ngenxa yabo bonke.


aniphe nina enihluphekayo ukuphumula kanye nathi ekwambulweni kweNkosi uJesu, evela ezulwini, enezingelosi zamandla akhe,


nigcwalisiwe kuye, yena oyinhloko yemibuso yonke namandla,


yona iyinhloko yomzimba, ngisho ibandla, engukuqala, izibulo kwabafileyo, ukuze yona ibe ngowokuqala ezintweni zonke,


Uthandile ukulunga, wazonda ububi; ngalokho-ke uNkulunkulu, uNkulunkulu wakho, ukugcobile ngamafutha enjabulo ngaphezu kwabafowenu,”


Ngokuba niyazi ukuthi, nokuba ngasemuva ethanda ukudla ifa lesibusiso, waliwa, ngokuba akalitholanga ithuba lokuphenduka, noma ekufunisisa ngezinyembezi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite