Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KuFilemoni 1:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Yebo, mzalwane, mangithokoziswe nguwe eNkosini, uyihlumelele inhliziyo yami kuKristu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Yebo, mfowethu, sengathi ngingakufumana lokhu kuwe eNkosini. Hlumelela inhliziyo yami kuKhristu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Yebo, mzalwane, mangijabule ngawe eNkosini; uvuselele izinhliziyo zami eNkosini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Yebo, mzalwane, mangijabule ngawe eNkosini; uvuselele izinhliziyo zami eNkosini.

Gade chapit la Kopi




KuFilemoni 1:20
14 Referans Kwoze  

Anginayo intokozo enkulu kunaleyo yokuba ngizwe ukuthi abantwana bami bahamba eqinisweni.


ngokuba nginokuthokoza okukhulu nenduduzo ngothando lwakho, ngokuba izinhliziyo zabangcwele zihlunyelelwe ngawe mzalwane.


engimbuyisele kuwe, yena oyinhliziyo yami,


Kepha yena onemfuyo yezwe, ebona umzalwane wakhe eswele, amvalele isihawu sakhe, uthando lukaNkulunkulu lungahlala kanjani kuye na?


Lalelani abaniholayo, nibathobele, ngokuba balinda imiphefumulo yenu njengabazakulandiswa ngayo, ukuze bakwenze lokhu ngokujabula, bangabubuli, ngokuba lokhu akunakunisiza.


Ngalokho, bazalwane bami abathandekayo nabalangazelelwayo, ntokozo yami nomqhele wami, yimani niqinile kanjalo eNkosini, bathandwa.


Ngokuba uNkulunkulu ungufakazi wami wokuthi nginilangazelela kangakanani nonke ngesihe sikaJesu Kristu.


Ngalokho siduduzekile. Nasekududuzekeni kwethu sathokoza impela, ikakhulu ngokuthokoza kukaThithu, ngokuba umoya wakhe uhlunyelelwe yinina nonke;


Ngokuba uma mina nginidabukisa, pho, ngubani ongithokozisayo, uma kungesiye odabukiswa yimi, na?


Ngokuba bawuhlumelele umoya wami nowenu; ngakho baziseni abanjalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite