Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KuFilemoni 1:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 mina Pawulu ngikuloba ngesandla sami, ngiyakukukhokha ukuba ngingaze ngisho kuwe ukuthi nawe unecala kimi elinguwe uqobo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Mina, Pawula, ngikulobele ngesandla sami, ngiyakukubuyisela, ukuze ngingasho kuwe ukuthi unecala kimi ngoba oyikho, uyikho ngami.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

19 Mina Pawuli ngikulobile ngesami isandla, mina ngizakubuyisela;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Mina Pawuli ngikulobile ngesami isandla, mina ngizakubuyisela;

Gade chapit la Kopi




KuFilemoni 1:19
14 Referans Kwoze  

Ake nibone ukuloba okungaka enginilobele ngakho ngesami isandla.


Bhekani, mina Pawulu ngithi kini, uma nisoka, uKristu kayikunisiza ngalutho.


Ngokuba noma ninabafundisi abayizinkulungwane eziyishumi kuKristu, nokho oyihlo kababaningi, ngokuba mina nganizala kuKristu Jesu ngevangeli.


kuThithu, umntanami ngempela ngokokukholwa esikuhlanganyele sonke: Makube kuwe umusa nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba nakuKristu Jesu uMsindisi wethu.


kuThimothewu, umntanami ngesiminya ekukholweni: Makube kuwe umusa, nesihawu, nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba nakuKristu Jesu iNkosi yethu.


Nina niyincwadi yethu elotshwe ezinhliziyweni zethu, eyaziwa ifundwa ngabantu bonke,


Mina ngiyakuba yisibambiso sakhe; uzakumbiza esandleni sami; uma ngingambuyiseli kuwe, ngimbeke ebusweni bakho, ngiyakuba necala kuze kube phakade,


Mina Tertiyu engilobe le ncwadi ngiyakhonza kini eNkosini.


funa uma ngabe kufika kanye nami abaseMakedoniya, banifumane ningakabi nilungisele, sijabhe thina – singasaniphathi nina – ngaleli themba.


Kepha mina Pawulu uqobo ngiyanincenga ngobumnene nangokuva kukaKristu, mina engithobile phambi kwenu nxa ngikhona, kepha nginesibindi kini nxa ngingekho,


Kodwa uma ekonile ngento, noma enecala kuwe, lokho kubalele kimi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite