Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 9:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Eseshilo lokho wafela amathe emhlabathini, wenza udaka ngamathe, waninda amehlo ayo ngodaka.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Esekushilo lokho wafela amathe emhlabathini, wenza ngawo udaka, wayeseninda amehlo ayo ngalo,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Eseshilo lokho wafela amathe emhlabathini, wenza udaka ngamathe, wagcoba amehlo empumputhe ngodaka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Eseshilo lokho wafela amathe emhlabathini, wenza udaka ngamathe, wagcoba amehlo empumputhe ngodaka.

Gade chapit la Kopi




Johane 9:6
5 Referans Kwoze  

Wayibamba impumputhe ngesandla, wayiholela ngaphandle komuzi, wafela amathe emehlweni ayo, wabeka izandla phezu kwayo, wayibuza wathi: “Ubona utho na?”


Wagudluka naso esixukwini bebodwa, wafaka iminwe yakhe ezindlebeni zaso, wafela amathe, waphatha ulimi lwaso,


ngiyakululeka ukuba uthenge kimi igolide elihlanzwe ngomlilo ukuze ucebe, nezingubo ezimhlophe ukuze wembathe, kungabonakali ihlazo lobuze bakho nomuthi wamehlo wokugcoba amehlo akho ukuba ubone.


Khona amehlo ezimpumputhe ayakuvulwa, zivuleke nezindlebe zezithulu.


Waphendula yena, wathi: “Umuntu othiwa uJesu wenza udaka, wagcoba amehlo ami, wathi kimi: ‘Yana eSilowama, ugeze.’ Ngaya, ngageza, ngabona.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite