Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 9:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Selokhu kwathini akuzange kuzwakale ukuthi ukhona owavula amehlo ozelwe eyimpumputhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Selokhu kwathi nhlo, akukaze kuzwakale ukuthi ukhona owake wavula amehlo omuntu ozelwe eyimpumputhe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

32 Selokhu kwaqala akuzange kuzwakale ukuthi ukhona owavula amehlo ozelwe eyimpumputhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Selokhu kwaqala akuzange kuzwakale ukuthi ukhona owavula amehlo ozelwe eyimpumputhe.

Gade chapit la Kopi




Johane 9:32
7 Referans Kwoze  

Kusukela endulo abantu abezwanga, abacoshanga nangendlebe, futhi iso alibonanga uNkulunkulu ngaphandle kwakho osebenzela omhlalelayo.


Kwase kuba khona imibani, namazwi, nokuduma, kwaba khona nokuzamazama okukhulu komhlaba okungazange kube khona okunjalo, selokhu kwaba khona abantu emhlabeni, ukuzamazama komhlaba okukhulu kangaka.


njengalokho yakhuluma ngomlomo wabaprofethi bayo abangcwele basendulo,


“Awukwazi yini ukuba lokhu kungokwasendulo, selokhu abantu babekwa emhlabeni,


Siyazi ukuthi uNkulunkulu akazizwa izoni, kodwa uma umuntu emesaba uNkulunkulu, ayenze intando yakhe, uyamuzwa lowo.


Uma lo ebengaveli kuNkulunkulu, ubengenakwenza lutho.”


Abanye bathi: “Lawo mazwi akusiwo awomuntu onedemoni; imbala idemoni lingavula amehlo ezimpumputhe na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite